Postingan Vezudumo Vezi di Royal Family Fans memerlukan persetujuan: "‘Ngokuba siphila, sihamba, sik...

 
  Postingan Vezudumo Vezi di Royal Family Fans memerlukan persetujuan: "'Ngokuba siphila, sihamba, sikhona kuye .....Ngokuba futhi siyinzalo yakhe.' "Ngakho lokhu siyinzalo kaNkulunkulu, akufanele ukuba sithi ubuNkulunkulu bufana negolide noma isiliva noma itshe, okuqoshwe ngekhono nangesu lomuntu. (IzEnzo 17:28-29) Ku Genesise Chapter 1 sithola uNkulunkulu edala ngeZwi lakhe. Eselidalile izulu nomhlaba uzwakala ethi "Umhlaba mawuveze utshani, nemifino ethela imbewu, nemithi yezithelo ethela izithelo ngezinhlobo zayo, ekuyo imbewu yayo, emhlabeni," kwaba njalo. (UGenesise 1:11). Ukhuluma nomhlaba uthi awuveze utshani, imifino, imithi nokunye okunjalo. Uyawutshela umhlaba nomhlaba uyalalela. Uyaqhubeka uNkulunkulu esehlukanise amanzi ngononina uthi "Amanzi mawagcwale uswebezane lwezilwane eziphilayo". Liqhubeke iZwi lithi "uNkulunkulu wadala imikhomo emikhulu nezilwane zonke eziphilayo ezihambayo, amanzi agcwala zona ngezinhlobo zazo" (UGenesise 1:20-21). Uyawatshela amanzi uthi makagcwale yonke inhlobo yezilwane ezizophila emanzini nalo lonke uhlobo lofishi ngempela kwaba njalo. Nangu uNkulunkulu kuvesi 26 uzwakala esethi "Masenze abantu ngomfanekiso wethu, basifuze, babuse phezu kwezinhlanzi zolwandle, nezinyoni zezulu, nezinkomo, nomhlaba wonke, nezilwanyana zonke ezinwabuzelayo emhlabeni." liqhubeke leliZwi kuvesi 27 lithi "uNkulunkulu wamdala umuntu ngomfanekiso wakhe; wamdala ngomfanekiso kaNkulunkulu; wabadala owesilisa nowesifazane. Okokuqala ke siyabona ukuthi indalo yadalwa ngeZwi likaNkulunkulu. Edala izihlahla nemifino notshani WAKHULUMA NENHLABATHI. Edala ofishi nakho konke okunjalo WAKHULUMA NAMANZI. Kodwa esedala umuntu wathi "MASENZE UMUNTU NGOMFANEKISO WETHU". Nxa esedala umuntu ukhuluma NAYE. UNKULUNKULU UKHULUMA KUYE. Umuntu usemkhipha Kuye umdala ngomfanekiso Wakhe futhi umphefumulela ngoMoya Wakhe. Silapha ekutheni isihlahla nxa usisombulula enhlabathini siyafa. Nofishi nxa uwukhipha emanzini uyafa. Lezizinto zifa ngoba zisuswa kwi-source yokuphila kwazo. Nomuntu ngokunjalo.... Umuntu udalelwe ukuphila ekuNkulunkulu. Ngaphandle kukaNkulunkulu abantu bafile. O-Adamu bedalwa nguNkulunkulu babekuYe kodwa isono sabakhipha Kuye bafa ngokomoya. Siyambonga uNkulunkulu ukuthi sesifile ngenxa yesono sika-Adamu thina esasinguluhlobo nembewu yakhe, uNkulunkulu wathumela uJesu engu-Adamu wokugcina ukulungisa umonakalo owenzeka ngo-Adamu wokuqala. Lithi iZwi, "Kepha uNkulunkulu ecebile ngesihawu, ngenxa yothando lwakhe olukhulu asithanda ngalo, sesifile ngeziphambeko, wenza siphile kanye noKristu – kungomusa nisindisiwe" (Kwabase-Efesu 2:4-5). Libuye lithi, "Ngokuba njengalokhu ku-Adamu bonke bayafa, ngokunjalo futhi kuKristu bonke bayakuphiliswa (kwabaseKorinte 15:22). Nxa ke sesimamukele uKristu sixhunyaniswa nokuphila kwethu okukuNkulunkulu. Siphila Ngaye uNkulunkulu. Konke esikwenzayo okungokwentando Yakhe sikwenza Ngaye uNkulunkulu. Yikho uPawulu wayetshela amaGriki ukuthi, "Ngokuba siphila, sihamba, sikhona kuye .....Ngokuba futhi siyinzalo yakhe.' "Ngakho lokhu siyinzalo kaNkulunkulu, akufanele ukuba sithi ubuNkulunkulu bufana negolide noma isiliva noma itshe, okuqoshwe ngekhono nangesu lomuntu. (IzEnzo 17:28-29), ewayekisa ukukhonza izithixo ayezenze ngezandla zawo. Okwesibili ke lithi iZwi umuntu wadalwa ngomfanekiso kaNkulunkulu okuyimvelo yomuntu engakaweli esonweni. Nxa esewele esonweni useba nemvelo yesono. Yikho esiphambanweni nxa kuhlengwa umuntu kwaba nesidingo sokuba kube ne-exchange phakathi kukaNkulunkulu ngoJesu mayelana nomuntu. UJesu owayengenasono WAPHENDUKA ISONO thina SAPHENDUKA UKULUNGA (imvelo) kukaNkulunkulu ngaye uJesu. Futhi wathi uNkulunkulu ufuna abantu bamfuze. Simfuza ngenkambo yethu yobungcwele sibuye simfuze nangezenzo zethu. Njengoba ayedala ngomlomo okungekho kubekhona, nathi ufuna senze njalo. Ufuna senzise okwakhe. Uthi uPawulu siyinzalo Yakhe. Nguye futhi uNkulunkulu othe, "Mina ngathi: "Ningonkulunkulu nina," nonke ningamadodana oPhezukonke" (AmaHubo 82:6). Usethi kodwa nxa singamfuzi sidale ngolimi lwethu njengoba Naye enza "niyakufa njengabantu nje" (Psalm 82:7)".       Vezudumo Vezi 31 Agustus pukul 16.49   'Ngokuba siphila, sihamba, sikhona kuye .....Ngokuba futhi siyinzalo yakhe.' "Ngakho lokhu siyinzalo kaNkulunkulu, akufanele ukuba sithi ubuNkulunkulu bufana negolide noma isiliva noma itshe, okuqoshwe ngekhono nangesu lomuntu. (IzEnzo 17:28-29) Ku Genesise Chapter 1 sithola uNkulunkulu edala ngeZwi lakhe. Eselidalile izulu nomhlaba uzwakala ethi "Umhlaba mawuveze utshani, nemifino ethela imbewu, nemithi yezithelo ethela izithelo ngezinhlobo zayo, ekuyo imbewu yayo, emhlabeni," kwaba njalo. (UGenesise 1:11). Ukhuluma nomhlaba uthi awuveze utshani, imifino, imithi nokunye okunjalo. Uyawutshela umhlaba nomhlaba uyalalela. Uyaqhubeka uNkulunkulu esehlukanise amanzi ngononina uthi "Amanzi mawagcwale uswebezane lwezilwane eziphilayo". Liqhubeke iZwi lithi "uNkulunkulu wadala imikhomo emikhulu nezilwane zonke eziphilayo ezihambayo, amanzi agcwala zona ngezinhlobo zazo" (UGenesise 1:20-21). Uyawatshela amanzi uthi makagcwale yonke inhlobo yezilwane ezizophila emanzini nalo lonke uhlobo lofishi ngempela kwaba njalo. Nangu uNkulunkulu kuvesi 26 uzwakala esethi "Masenze abantu ngomfanekiso wethu, basifuze, babuse phezu kwezinhlanzi zolwandle, nezinyoni zezulu, nezinkomo, nomhlaba wonke, nezilwanyana zonke ezinwabuzelayo emhlabeni." liqhubeke leliZwi kuvesi 27 lithi "uNkulunkulu wamdala umuntu ngomfanekiso wakhe; wamdala ngomfanekiso kaNkulunkulu; wabadala owesilisa nowesifazane. Okokuqala ke siyabona ukuthi indalo yadalwa ngeZwi likaNkulunkulu. Edala izihlahla nemifino notshani WAKHULUMA NENHLABATHI. Edala ofishi nakho konke okunjalo WAKHULUMA NAMANZI. Kodwa esedala umuntu wathi "MASENZE UMUNTU NGOMFANEKISO WETHU". Nxa esedala umuntu ukhuluma NAYE. UNKULUNKULU UKHULUMA KUYE. Umuntu usemkhipha Kuye umdala ngomfanekiso Wakhe futhi umphefumulela ngoMoya Wakhe. Silapha ekutheni isihlahla nxa usisombulula enhlabathini siyafa. Nofishi nxa uwukhipha emanzini uyafa. Lezizinto zifa ngoba zisuswa kwi-source yokuphila kwazo. Nomuntu ngokunjalo.... Umuntu udalelwe ukuphila ekuNkulunkulu. Ngaphandle kukaNkulunkulu abantu bafile. O-Adamu bedalwa nguNkulunkulu babekuYe kodwa isono sabakhipha Kuye bafa ngokomoya. Siyambonga uNkulunkulu ukuthi sesifile ngenxa yesono sika-Adamu thina esasinguluhlobo nembewu yakhe, uNkulunkulu wathumela uJesu engu-Adamu wokugcina ukulungisa umonakalo owenzeka ngo-Adamu wokuqala. Lithi iZwi, "Kepha uNkulunkulu ecebile ngesihawu, ngenxa yothando lwakhe olukhulu asithanda ngalo, sesifile ngeziphambeko, wenza siphile kanye noKristu – kungomusa nisindisiwe" (Kwabase-Efesu 2:4-5). Libuye lithi, "Ngokuba njengalokhu ku-Adamu bonke bayafa, ngokunjalo futhi kuKristu bonke bayakuphiliswa (kwabaseKorinte 15:22). Nxa ke sesimamukele uKristu sixhunyaniswa nokuphila kwethu okukuNkulunkulu. Siphila Ngaye uNkulunkulu. Konke esikwenzayo okungokwentando Yakhe sikwenza Ngaye uNkulunkulu. Yikho uPawulu wayetshela amaGriki ukuthi, "Ngokuba siphila, sihamba, sikhona kuye .....Ngokuba futhi siyinzalo yakhe.' "Ngakho lokhu siyinzalo kaNkulunkulu, akufanele ukuba sithi ubuNkulunkulu bufana negolide noma isiliva noma itshe, okuqoshwe ngekhono nangesu lomuntu. (IzEnzo 17:28-29), ewayekisa ukukhonza izithixo ayezenze ngezandla zawo. Okwesibili ke lithi iZwi umuntu wadalwa ngomfanekiso kaNkulunkulu okuyimvelo yomuntu engakaweli esonweni. Nxa esewele esonweni useba nemvelo yesono. Yikho esiphambanweni nxa kuhlengwa umuntu kwaba nesidingo sokuba kube ne-exchange phakathi kukaNkulunkulu ngoJesu mayelana nomuntu. UJesu owayengenasono WAPHENDUKA ISONO thina SAPHENDUKA UKULUNGA (imvelo) kukaNkulunkulu ngaye uJesu. Futhi wathi uNkulunkulu ufuna abantu bamfuze. Simfuza ngenkambo yethu yobungcwele sibuye simfuze nangezenzo zethu. Njengoba ayedala ngomlomo okungekho kubekhona, nathi ufuna senze njalo. Ufuna senzise okwakhe. Uthi uPawulu siyinzalo Yakhe. Nguye futhi uNkulunkulu othe, "Mina ngathi: "Ningonkulunkulu nina," nonke ningamadodana oPhezukonke" (AmaHubo 82:6). Usethi kodwa nxa singamfuzi sidale ngolimi lwethu njengoba Naye enza "niyakufa njengabantu nje" (Psalm 82:7)  
   
 
   
 
   
   
 
Postingan Vezudumo Vezi di Royal Family Fans memerlukan persetujuan: "'Ngokuba siphila, sihamba, sikhona kuye .....Ngokuba futhi siyinzalo yakhe.' "Ngakho lokhu siyinzalo kaNkulunkulu, akufanele ukuba sithi ubuNkulunkulu bufana negolide noma isiliva noma itshe, okuqoshwe ngekhono nangesu lomuntu. (IzEnzo 17:28-29) Ku Genesise Chapter 1 sithola uNkulunkulu edala ngeZwi lakhe. Eselidalile izulu nomhlaba uzwakala ethi "Umhlaba mawuveze utshani, nemifino ethela imbewu, nemithi yezithelo ethela izithelo ngezinhlobo zayo, ekuyo imbewu yayo, emhlabeni," kwaba njalo. (UGenesise 1:11). Ukhuluma nomhlaba uthi awuveze utshani, imifino, imithi nokunye okunjalo. Uyawutshela umhlaba nomhlaba uyalalela. Uyaqhubeka uNkulunkulu esehlukanise amanzi ngononina uthi "Amanzi mawagcwale uswebezane lwezilwane eziphilayo". Liqhubeke iZwi lithi "uNkulunkulu wadala imikhomo emikhulu nezilwane zonke eziphilayo ezihambayo, amanzi agcwala zona ngezinhlobo zazo" (UGenesise 1:20-21). Uyawatshela amanzi uthi makagcwale yonke inhlobo yezilwane ezizophila emanzini nalo lonke uhlobo lofishi ngempela kwaba njalo. Nangu uNkulunkulu kuvesi 26 uzwakala esethi "Masenze abantu ngomfanekiso wethu, basifuze, babuse phezu kwezinhlanzi zolwandle, nezinyoni zezulu, nezinkomo, nomhlaba wonke, nezilwanyana zonke ezinwabuzelayo emhlabeni." liqhubeke leliZwi kuvesi 27 lithi "uNkulunkulu wamdala umuntu ngomfanekiso wakhe; wamdala ngomfanekiso kaNkulunkulu; wabadala owesilisa nowesifazane. Okokuqala ke siyabona ukuthi indalo yadalwa ngeZwi likaNkulunkulu. Edala izihlahla nemifino notshani WAKHULUMA NENHLABATHI. Edala ofishi nakho konke okunjalo WAKHULUMA NAMANZI. Kodwa esedala umuntu wathi "MASENZE UMUNTU NGOMFANEKISO WETHU". Nxa esedala umuntu ukhuluma NAYE. UNKULUNKULU UKHULUMA KUYE. Umuntu usemkhipha Kuye umdala ngomfanekiso Wakhe futhi umphefumulela ngoMoya Wakhe. Silapha ekutheni isihlahla nxa usisombulula enhlabathini siyafa. Nofishi nxa uwukhipha emanzini uyafa. Lezizinto zifa ngoba zisuswa kwi-source yokuphila kwazo. Nomuntu ngokunjalo.... Umuntu udalelwe ukuphila ekuNkulunkulu. Ngaphandle kukaNkulunkulu abantu bafile. O-Adamu bedalwa nguNkulunkulu babekuYe kodwa isono sabakhipha Kuye bafa ngokomoya. Siyambonga uNkulunkulu ukuthi sesifile ngenxa yesono sika-Adamu thina esasinguluhlobo nembewu yakhe, uNkulunkulu wathumela uJesu engu-Adamu wokugcina ukulungisa umonakalo owenzeka ngo-Adamu wokuqala. Lithi iZwi, "Kepha uNkulunkulu ecebile ngesihawu, ngenxa yothando lwakhe olukhulu asithanda ngalo, sesifile ngeziphambeko, wenza siphile kanye noKristu – kungomusa nisindisiwe" (Kwabase-Efesu 2:4-5). Libuye lithi, "Ngokuba njengalokhu ku-Adamu bonke bayafa, ngokunjalo futhi kuKristu bonke bayakuphiliswa (kwabaseKorinte 15:22). Nxa ke sesimamukele uKristu sixhunyaniswa nokuphila kwethu okukuNkulunkulu. Siphila Ngaye uNkulunkulu. Konke esikwenzayo okungokwentando Yakhe sikwenza Ngaye uNkulunkulu. Yikho uPawulu wayetshela amaGriki ukuthi, "Ngokuba siphila, sihamba, sikhona kuye .....Ngokuba futhi siyinzalo yakhe.' "Ngakho lokhu siyinzalo kaNkulunkulu, akufanele ukuba sithi ubuNkulunkulu bufana negolide noma isiliva noma itshe, okuqoshwe ngekhono nangesu lomuntu. (IzEnzo 17:28-29), ewayekisa ukukhonza izithixo ayezenze ngezandla zawo. Okwesibili ke lithi iZwi umuntu wadalwa ngomfanekiso kaNkulunkulu okuyimvelo yomuntu engakaweli esonweni. Nxa esewele esonweni useba nemvelo yesono. Yikho esiphambanweni nxa kuhlengwa umuntu kwaba nesidingo sokuba kube ne-exchange phakathi kukaNkulunkulu ngoJesu mayelana nomuntu. UJesu owayengenasono WAPHENDUKA ISONO thina SAPHENDUKA UKULUNGA (imvelo) kukaNkulunkulu ngaye uJesu. Futhi wathi uNkulunkulu ufuna abantu bamfuze. Simfuza ngenkambo yethu yobungcwele sibuye simfuze nangezenzo zethu. Njengoba ayedala ngomlomo okungekho kubekhona, nathi ufuna senze njalo. Ufuna senzise okwakhe. Uthi uPawulu siyinzalo Yakhe. Nguye futhi uNkulunkulu othe, "Mina ngathi: "Ningonkulunkulu nina," nonke ningamadodana oPhezukonke" (AmaHubo 82:6). Usethi kodwa nxa singamfuzi sidale ngolimi lwethu njengoba Naye enza "niyakufa njengabantu nje" (Psalm 82:7)".
 
   
Vezudumo Vezi
31 Agustus pukul 16.49
 
'Ngokuba siphila, sihamba, sikhona kuye .....Ngokuba futhi siyinzalo yakhe.' "Ngakho lokhu siyinzalo kaNkulunkulu, akufanele ukuba sithi ubuNkulunkulu bufana negolide noma isiliva noma itshe, okuqoshwe ngekhono nangesu lomuntu.
(IzEnzo 17:28-29)

Ku Genesise Chapter 1 sithola uNkulunkulu edala ngeZwi lakhe. Eselidalile izulu nomhlaba uzwakala ethi
"Umhlaba mawuveze utshani, nemifino ethela imbewu, nemithi yezithelo ethela izithelo ngezinhlobo zayo, ekuyo imbewu yayo, emhlabeni," kwaba njalo.
(UGenesise 1:11). Ukhuluma nomhlaba uthi awuveze utshani, imifino, imithi nokunye okunjalo. Uyawutshela umhlaba nomhlaba uyalalela.

Uyaqhubeka uNkulunkulu esehlukanise amanzi ngononina uthi "Amanzi mawagcwale uswebezane lwezilwane eziphilayo". Liqhubeke iZwi lithi "uNkulunkulu wadala imikhomo emikhulu nezilwane zonke eziphilayo ezihambayo, amanzi agcwala zona ngezinhlobo zazo" (UGenesise 1:20-21). Uyawatshela amanzi uthi makagcwale yonke inhlobo yezilwane ezizophila emanzini nalo lonke uhlobo lofishi ngempela kwaba njalo.

Nangu uNkulunkulu kuvesi 26 uzwakala esethi "Masenze abantu ngomfanekiso wethu, basifuze, babuse phezu kwezinhlanzi zolwandle, nezinyoni zezulu, nezinkomo, nomhlaba wonke, nezilwanyana zonke ezinwabuzelayo emhlabeni." liqhubeke leliZwi kuvesi 27 lithi "uNkulunkulu wamdala umuntu ngomfanekiso wakhe; wamdala ngomfanekiso kaNkulunkulu; wabadala owesilisa nowesifazane.

Okokuqala ke siyabona ukuthi indalo yadalwa ngeZwi likaNkulunkulu. Edala izihlahla nemifino notshani WAKHULUMA NENHLABATHI. Edala ofishi nakho konke okunjalo WAKHULUMA NAMANZI. Kodwa esedala umuntu wathi "MASENZE UMUNTU NGOMFANEKISO WETHU". Nxa esedala umuntu ukhuluma NAYE. UNKULUNKULU UKHULUMA KUYE. Umuntu usemkhipha Kuye umdala ngomfanekiso Wakhe futhi umphefumulela ngoMoya Wakhe.

Silapha ekutheni isihlahla nxa usisombulula enhlabathini siyafa. Nofishi nxa uwukhipha emanzini uyafa. Lezizinto zifa ngoba zisuswa kwi-source yokuphila kwazo.

Nomuntu ngokunjalo....

Umuntu udalelwe ukuphila ekuNkulunkulu. Ngaphandle kukaNkulunkulu abantu bafile. O-Adamu bedalwa nguNkulunkulu babekuYe kodwa isono sabakhipha Kuye bafa ngokomoya. Siyambonga uNkulunkulu ukuthi sesifile ngenxa yesono sika-Adamu thina esasinguluhlobo nembewu yakhe, uNkulunkulu wathumela uJesu engu-Adamu wokugcina ukulungisa umonakalo owenzeka ngo-Adamu wokuqala.

Lithi iZwi, "Kepha uNkulunkulu ecebile ngesihawu, ngenxa yothando lwakhe olukhulu asithanda ngalo, sesifile ngeziphambeko, wenza siphile kanye noKristu – kungomusa nisindisiwe"
(Kwabase-Efesu 2:4-5). Libuye lithi, "Ngokuba njengalokhu ku-Adamu bonke bayafa, ngokunjalo futhi kuKristu bonke bayakuphiliswa (kwabaseKorinte 15:22).

Nxa ke sesimamukele uKristu sixhunyaniswa nokuphila kwethu okukuNkulunkulu. Siphila Ngaye uNkulunkulu. Konke esikwenzayo okungokwentando Yakhe sikwenza Ngaye uNkulunkulu. Yikho uPawulu wayetshela amaGriki ukuthi, "Ngokuba siphila, sihamba, sikhona kuye .....Ngokuba futhi siyinzalo yakhe.' "Ngakho lokhu siyinzalo kaNkulunkulu, akufanele ukuba sithi ubuNkulunkulu bufana negolide noma isiliva noma itshe, okuqoshwe ngekhono nangesu lomuntu.
(IzEnzo 17:28-29), ewayekisa ukukhonza izithixo ayezenze ngezandla zawo.

Okwesibili ke lithi iZwi umuntu wadalwa ngomfanekiso kaNkulunkulu okuyimvelo yomuntu engakaweli esonweni. Nxa esewele esonweni useba nemvelo yesono. Yikho esiphambanweni nxa kuhlengwa umuntu kwaba nesidingo sokuba kube ne-exchange phakathi kukaNkulunkulu ngoJesu mayelana nomuntu. UJesu owayengenasono WAPHENDUKA ISONO thina SAPHENDUKA UKULUNGA (imvelo) kukaNkulunkulu ngaye uJesu.

Futhi wathi uNkulunkulu ufuna abantu bamfuze. Simfuza ngenkambo yethu yobungcwele sibuye simfuze nangezenzo zethu. Njengoba ayedala ngomlomo okungekho kubekhona, nathi ufuna senze njalo. Ufuna senzise okwakhe. Uthi uPawulu siyinzalo Yakhe. Nguye futhi uNkulunkulu othe, "Mina ngathi: "Ningonkulunkulu nina," nonke ningamadodana oPhezukonke"
(AmaHubo 82:6). Usethi kodwa nxa singamfuzi sidale ngolimi lwethu njengoba Naye enza "niyakufa njengabantu nje" (Psalm 82:7)
 
   
   
 
Lihat Postingan
 
   
   
Apakah email ini:Bermanfaat | Tidak Bermanfaat
 
   
   
 
Pesan ini dikirim ke afthar703.hermancadas9@blogger.com. Jika Anda tidak ingin menerima email dari Meta ini di masa mendatang, berhenti berlangganan.
Meta Platforms, Inc., Attention: Community Support, 1 Meta Way, Menlo Park, CA 94025
   
   
Untuk membantu menjaga akun Anda tetap aman, jangan teruskan email ini. Pelajari selengkapnya
   
 

Komentar

Postingan populer dari blog ini

Postingan Bryan Higson di Toyota Hilux ,Club memerlukan persetujuan: "Available, lmk if you have any...

Postingan John Lester Fernandez di Toyota Hilux ,Club memerlukan persetujuan: "Ptpadmin Big SALE SAL...

Postingan Autoparts Jhp Capalangan Apalit di Toyota Hilux ,Club memerlukan persetujuan.